Kuthungathwa obulale 39 wabantu ngoNcibijane

Istanbul – Amaphoyisa aseTurkey ngoMsombuluko aqalise ukuthungatha ushayasibhamu obulale abantu abangu-39, iningi labo okungabokufika endaweni yobumnandi e-Istanbul kubungazwa usuku lukaNcibijane.

Kulandela isehlakalo sakamuva okubulawe kusona abantu kuleliya lizwe, uMengameli Recep Tayyip Erdogan wethembise ngokuthi izwe laseTurkey ngeke lathobela ukwesatshiswa.

Isehlakalo sokudubula esenzeke eReina nightclub senzeke izwe laseTurkey linemizuzu engu-75 lingene onyakeni omusha.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele olume izingane ngoba zisheshe zavula izipho zikaKhisimusi

Umbulali udubule wabulala iphoyisa kanye nesakhamuzi ngasemnyango, wabe esevulela ngenhlamvu ngaphakathi lapho bekukhona abantu abangaphezu kwabangu-700.

Abezindaba ze-NTV bathi ushayasibhamu udubule amahlandla aphakathi kwangu-120 kuya ku-180 esehlakalweni esidonse imizuzu eyisikhombisa. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8141 votes
It's four more years for Trump
53% - 9305 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(-0.06)
ZAR/GBP
21.20
(-0.17)
ZAR/EUR
19.17
(+0.19)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.10)
Gold
1903.70
(+0.30)
Silver
24.28
(-0.58)
Platinum
893.00
(-0.22)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2368.00
(-0.12)
All Share
55073.29
(-0.48)
Top 40
50412.70
(-0.55)
Financial 15
10700.67
(-0.83)
Industrial 25
74545.00
(-0.48)
Resource 10
52281.91
(-0.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo