Kuthungathwa ona-50 ngokushaywa kukanina, 84

Johannesburg - Amaphoyisa aseSoweto aphansi phezulu athungatha indoda eneminyaka engu-50 ubudala esolwa ngokushaya unina ngosuku lwayo lokuzalwa.

UNhlanhla Radebe waseMofolo, eSoweto usolwa ngokutalabha umama wakhe uDorah Radebe, 84, ngoLwesibili ngemuva kwengxabano.

OLUNYE UDABA:  Kuthungathwa osolwa ngokushumpula umkakhe ikhanda

"Umsolwa usebenzise iplangwe okushaya umama wakhe emzimbeni nasezinyaweni. Ube esehamba endlini wabaleka," kusho okhulumela amaphoyisa uConstable John Serala.

"Saziswe ukuthi use-Alexandra manje kanti sisamfuna."

UTshepo Radebe ongumzukulu wesisulu okunguye obikele amaphoyisa ngodaba uthe umsolwa ubefuna ukuxosha ugogo endlini.

"Ushaye ugogo ngoba efuna umuzi. Angihlali nabo. Umsolwa wazi kahle ukuthi nguye yedwa osele ezinganeni...," kusho uTshepo, kubika iSunday World.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1928 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1458 votes
No, I don't think they need it
37% - 1980 votes
Vote
ZAR/USD
14.60
(-0.84)
ZAR/GBP
20.65
(-0.72)
ZAR/EUR
17.80
(-0.92)
ZAR/AUD
11.66
(-0.86)
ZAR/JPY
0.14
(-0.62)
Gold
1789.79
(-0.74)
Silver
27.83
(-0.31)
Platinum
1252.50
(-0.71)
Brent Crude
66.41
(+2.64)
Palladium
2418.00
(-0.92)
All Share
66961.78
(+1.15)
Top 40
61527.12
(+1.28)
Financial 15
12393.88
(+0.31)
Industrial 25
86218.21
(-0.38)
Resource 10
69265.50
(+3.79)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo