Kuthungathwa osolwa ngokubulala ingane yowayeyintombi

Cape Town - Amaphoyisa athungatha indoda esolwa ngokubulala ingane enezinyanga ezingu-7 izelwe yowayeyintombi yayo ePhilippi.

Ksolwa ukuthi le ndoda ishaye yaze yayibulala ingane yentombazane ekuqaleni kwesonto ngesikhathi kuqhubeka ingxabano nomama wengane.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa umama osolwa ngokuhlumeza ezakhe ngokocansi

Okhulumela amaphoyisa uFrederick Van Wyk uthe: "Singakuqinisekisa ukuthi kuphenywa icala lokubulala ngemuva kokuba ingane ishaywe ngoyayeyisoka likamama wayo, kubika i-EyewitnessNews.

"Kukholakala ukuthi ubesanda kuphuma ejele."

Okubhalwe kuTwitter: 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 855 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1609 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8746 votes
Vote
ZAR/USD
15.40
(+0.12)
ZAR/GBP
20.53
(-0.08)
ZAR/EUR
18.25
(+0.28)
ZAR/AUD
11.24
(+0.40)
ZAR/JPY
0.15
(+0.74)
Gold
1838.79
(-1.75)
Silver
23.60
(-2.35)
Platinum
929.00
(-1.38)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2343.00
(+1.44)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo