Kuthungathwa uBen 10 osolwa ngokushisa umjondolo wentombi

Johannesburg – Owesilisa ongakwazanga ukubekezela ngesikhathi ebona owayeyintombi yakhe, uLindiwe Mkhwanazi, emi nenye indoda, usolwa ngokokhela umjondolo wowesifazane ngomlilo.

Kuthe ngoMgqibelo ntambama umsolwa wathumela uMkhwanazi umqhafazo wathi: “Namhlanje ebusuku olwamanqamu, sala kahle mthakathi ndini.”

Ngosuku olulandelayo ekuseni, uMkhwanazi wathola ucingo lumazisa ukuthi umjondolo wakhe usushe wangqongqa.

“Ngathi ngiyaphupha,” kusho uMkhwanazi, 42.

OLUNYE UDABA: Igwetshwe engu-15 eyabulala intombi 'iyicancatha ngensimbi'

Uthi ubesethandane nesoka lakhe, 29, iminyaka emibili walishiya ngoba lalimshaya futhi linodlame.

Kuthiwa isoka elidala lathukuthela kakhulu ngesikhathi lizwa ukuthi uMkhwanazi usenenye indoda, lase linquma ukushisa umjondolo wakhe.

Ngenhlanhla umjondolo usha nje akukho muntu ngaphakathi.

Bekungakaboshwa muntu okwamanje kanti amaphoyisa aqhuba uphenyo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6750 votes
It's four more years for Trump
54% - 7861 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.75)
ZAR/GBP
21.22
(+1.04)
ZAR/EUR
19.16
(+1.01)
ZAR/AUD
11.54
(+0.55)
ZAR/JPY
0.15
(+0.86)
Gold
1903.41
(-0.92)
Silver
24.66
(-1.17)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2371.00
(-0.06)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo