Kuxwayiswa amakhasimende ngokunyuka kwamanani okudla

Johannesburg - Njengoba uMnyango wezoLimo ucela abalimi ukuthi baqinisele kulesi somiso, usuxwayise amakhasimende ngokuthi kumele alindele ukunyuka kwamanani okudla.

UNgqongqoshe woMnyango uSenzeni Zokwana uhlangane ne-Agri SA nezinye izinhlaka kulo mkhakha ukukhuluma ngesomiso esingakaze sabonakala kuleli eminyakeni engu-23.

OLUNYE UDABA: Angase anyuke kakhulu amanani okudla

Isikhulu esiphezulu seNational Agricultural Marketing Council uTshililo Ramabulana uthe ukwamukela ukudla neminye imikhiqizo kwamanye amazwe kungase kudale ukuthi anyuke amanani.

“Uma siphoqeleka ukuthi samukele umbila ongamathani ayizigidi eziyisithupha kwamanye amazwe, lokho kungaholela ekutheni ukudla kunyuke okungenani ngo-25%."

USihlalo weMaize Steering Committee uRod Gravelet-Blondin uthe kunezinye izinto abazidingayo, ezifana nokolweni, nakho okunganyusa amanani okudla uma kuvela emazweni ongaphandle.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 126 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 236 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 622 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.07)
ZAR/GBP
20.25
(-0.26)
ZAR/EUR
18.17
(-0.15)
ZAR/AUD
11.23
(-0.26)
ZAR/JPY
0.15
(-0.11)
Gold
1786.61
(-0.02)
Silver
22.68
(+0.13)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo