Kuzophenywa ukukhishwa kwezindlu zomxhaso

Durban - Ihhovisi likaNdunankulu wakwaZulu-Natal likhiphe isitatimende sokuthi kuzophenywa ukukhishwa kwezindlu zomxhaso.

Lokhu kulandela umhlangano weKomidi eliPhezulu kulo hulumeni walesi sifundazwe kulandela inhlolovo eyenziwa ngo-2015.

Ngokwemibiko yeSOLEZWE, le nhlolovo yaveza ukuthi kwizindlu ezingu-22 000 bangu-64% wabantu beneme ngazo.

OLUNYE UDABA:'Abantu be-ANC izindlu bazinikeza abantu abalala nabo'

Abanye abantu abajabule ngokukhishwa kwalezi zindlu kanye namathuba omsebenzi kulesi sifundazwe.

Kusolwa nenhlohlakalo kanye nokugwaziselana kulabo abadayiselwa izindlu kanti amakhansela asolwa kakhulu ngalo mkhuba.

UMnyango wokuhlaliswa kwabantu kulesi sifundazwe usugunyaze uMorris Webb wenyuvesi yakwaZulu-Natal ukuthi kube wuyena ohola lolu phenyo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6323 votes
It's four more years for Trump
54% - 7438 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(+0.30)
ZAR/GBP
21.41
(+0.15)
ZAR/EUR
19.32
(+0.20)
ZAR/AUD
11.59
(+0.13)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1920.10
(-0.06)
Silver
24.96
(+0.09)
Platinum
890.00
(+0.79)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
54809.98
(-0.97)
Top 40
50387.99
(-1.02)
Financial 15
10125.10
(-0.13)
Industrial 25
74013.68
(-0.76)
Resource 10
53601.66
(-1.55)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo