Kuzwakale ukuthi ona-11 ushonele ukuphasa uGrade 5

Thohoyandou - Umndeni wengane eneminyaka engu-11 ubudala edutshulwe yabulawa ufuna umndeni wengane, 10, eboshelwe izinsolo zokubulala udingiswe endaweni yaseManiini, eLimpopo.

Isisulu, uGundo Mamatho, udutshulwe ekhanda eManiini eduzane naseThohoyandou ngoLwesihlanu, waphuthunyiswa esibhedlela iTshilidzini lapho esiphelele khona.

Ngemuva kwesigameko amaphoyisa abopha ingane eneminyaka engu-10 ubudala esolwa ngokudubula uGundo ngoba ephase uGrade 5 yena engaphumelelanga.

OLUNYE UDABA: Uphekwa ngemibuzo umndeni womfana osolwa ngokubulala umngani

Umama kaGundo u-Elelwani Mathego ufuna le ngane, 10, ibolele ejele nokuthi umndeni udingiswe endaweni yaseManiini.

"Kubuhlungu ukudlula kwengane yami emhlabeni ngoba ngokuyifundisa bengithi ngelinye ilanga izoqeda ububha lokhu okuhlasele umndeni. Angizange ngimuse esikoleni ukzue eyobulawa. Okungikhathaza kakhulu ukuthi umndeni womsolwa awukaze uzovela ekhaya uzoxolisa ngokwenziwe yindodana yawo. Kutshengisa khona ukuthi bayayivuna ingane yabo ngoba ibulale inja hhayi umuntu," kusho uMathego ekhihla seikaNandi.

UMathego uphinde wathi yena nomyeni wakhe uNtshaveleni Mamatho abasebenzi.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 96 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
26% - 186 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
61% - 438 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo