Libhajwe emzini womuntu iloli likaMasipala eThekwini

Durban – Kushone obehamba ngezinyawo iloli liphaphalaza liyoshayisa umuzi osePhoenix eThekwini, kubika iDaily News.

Umshayeli weloli likaMasipala ubehamba ngomgwaqo uHexman Drive ngesikhathi ehluleka ukulilawula lashayisa umuntu phambi kokuba libhajwe kweminye yemizi yakule ndawo.

UDolly Govender kanye nomyeni wakhe uTeggie baneminyaka engu-23 beqashe kulo muzi kanti bebeye ezitolo ngesikhathi kwenzeka lokhu.

OLUNYE UDABA:Umasipala ubhidlize imizi eyakhiwe ngokungemthetho

Bekukhona indodana yalapho kulo muzi kanti ithi ibisegumbini lokuphumula ngesikhathi izwa umsindo omkhulu egcekeni.

“Besilala egalaji kusukela ngoLwesihlanu njengoba abomshwalense besahlaziya umonakalo odalwe ilesi sigameko,”kusho lo mndeniUmshayeli weloli uboshelwe kuyo leyo ndawo yesigameko mzini womuntu.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
12% - 134 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 585 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
34% - 363 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(+0.48)
ZAR/GBP
21.09
(+0.37)
ZAR/EUR
18.96
(+0.80)
ZAR/AUD
11.44
(+0.64)
ZAR/JPY
0.16
(+0.65)
Gold
1879.90
(+0.63)
Silver
23.62
(+1.52)
Platinum
845.00
(-0.34)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2206.00
(+0.69)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47317.79
(-1.06)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo