Lilimale kanzima ihlehla elilunywe izinja zalo eThekwini

Durban – Kulimale kanzima ikhehla elineminyaka engu-82 ubudala ngoLwesihlanu ngesikhathi lihlaselwa yizinja zalo ezimbili ePinetown, KwaZulu-Natal, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uRussel Meiring uthe abezimo eziphuthumayo babizzwe endaweni yesigameko nginkosikazi waleli khehla ngemuva kokuhlaselwa nokulunywa yizinja ezimbili.

OLUNYE UDABA: Inja isindise umnikazi wayo elunywa ngenye inja

"Abosizo lokuqala bafice le ndoda ihlezi endlini. Leli khehla lithole amanxeba okulunywa, ezingalweni, emqaleni nasekhanda," kusho uMeiring.

"Abosizo lokuqala balaphe le ndoda amanxeba ayo base beyiphuthumisa esibhedlela iSt Augustine iyoqhubeka nokulashwa."

UMeiring uthe isigameko sibikwe emaphoyiseni endawo. Eminye imininingwane ibingakadalulwa.

 - ANA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5673 votes
It's four more years for Trump
54% - 6716 votes
Vote
ZAR/USD
16.41
(+0.21)
ZAR/GBP
21.43
(-0.53)
ZAR/EUR
19.46
(+0.01)
ZAR/AUD
11.61
(-0.12)
ZAR/JPY
0.16
(-0.29)
Gold
1918.15
(+0.41)
Silver
25.00
(+1.08)
Platinum
874.00
(+0.40)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2401.50
(+0.50)
All Share
55084.14
(-0.34)
Top 40
50638.20
(-0.42)
Financial 15
9978.38
(+0.22)
Industrial 25
74967.37
(-0.79)
Resource 10
53731.39
(-0.11)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo