Limgojele owadubula indoda ihlezi nentombi KwaMashu

Durban – INkantolo yeMantshi yaseNtuzuma igwebe uBonginkosi Mpungose, 33, iminyaka engu-21 etholoza endlini emnyama ngemuva kokulahlwa amacala ayebekwe wona.

Lokhu kulandela isigameko sokubulala nokuzama ukubulala esenzeka ngomhlaka-9 Januwari 2012 ngabo-19:00 kuKholwa Road, ehostela KwaMashu.

Umufi uDumisani Ndlovu, 35, wahlaselwa wase eyadutshulwa nguMpungose.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala uthisha nomfundi eNquthu

“Umufi wayepake imoto eceleni komgwaqo ehlezi nentombi yakhe. Intombi kaNdlovu yathola ukulimala yase iphuthunyiswa esibhedlela,” kusho okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane.

“Kwabe sekuvulwa icala lokubulala nelokuzama ukubulala, amaphoyisa enza uphenyo ase ebopha uMpungose.”

Wabe esevela enkantolo kwaphetha ngokuthi icala limlahle wase egwetshwa iminyaka engu-15 ngokubulala neyisithupha ngokuzama ukubulala. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6720 votes
It's four more years for Trump
54% - 7819 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.76)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.18
(+0.93)
ZAR/AUD
11.52
(+0.70)
ZAR/JPY
0.15
(+0.92)
Gold
1900.89
(-1.06)
Silver
24.57
(-1.48)
Platinum
877.51
(-0.54)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2389.99
(+0.28)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo