Limlahlile owabulala, wahlahlela umfana, 4, oPhongolo

Durban - UNhlanhla Magagula, 25, ulahlwe amacala amabili okuthumba, ukuzama ukubulala nokubulala ngesikhathi evele eNkantolo yesiFunda yasoPhongolo.

Icala libe selihlehliswa umhlaka-11 Disemba ukuze ummangalelwa ezogwetshwa.

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala ingane ngoba izimoshele

“Ubesolwa ngokuthumba nokubulala uLungisani Ntuli, 4, ngomhlaka-3 Juni 2014 oPhongolo. Isidumbu sikaNtuli satholakala sihlahlelwe emagcekeni esonto kuleya ndawo,” kusho okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane.

UKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uLieutenant General Mmamonnye Ngobeni ushayele amaphoyisa ihlombe ngokusebenza ngokungakhathali ekuqinisekiseni ukuthi ubulungiswa buyenzeka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7520 votes
It's four more years for Trump
53% - 8644 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo