Liphuthunyiswe ngendiza esibhedlela iphoyisa elidutshulwe eThekwini

Durban - Sisale enkundleni isigebengu esisodwa kwalimala kabi iphoyisa ngesikhathi ephuthuma esigamekweni sokugetshengwa kwebhizinisi.

Lokhu kwenzeke ngoLwesithathu emini esiteshini sesitimela iPelgrim eSiphingo, kubika iTimeslive.

Ngokusho kukaColonel Thembeka Mbhele okhulumela amaphoyisa, amaphoyisa ophiko lwe-K9 abebizelwe kule ndawo ngemuva kwemibiko yesigameko sokuphanga.

OLUNYE UDABA:Kusolwa ukuthi uboshelwe ukushaya iphoyisa umculi wengoma yodumo

“Abasolwa abahlanu bebezama ukubaleka kule ndawo ngesikhathi bedubula bebhekise emaphoyiseni. Kudutshulwe kwabulawa umsolwa oyedwa kanti abane bakwazile ukuphunyuka.”

Abosizo lokuqala baphuthume kule ndawo bathola iphoyisa elilodwa lidubuleke kabi. Kudingeke ukuba liphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 174 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 740 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
33% - 455 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(+0.67)
ZAR/GBP
21.02
(+0.59)
ZAR/EUR
18.90
(+1.01)
ZAR/AUD
11.40
(+0.88)
ZAR/JPY
0.16
(+0.82)
Gold
1877.90
(+0.05)
Silver
23.62
(+0.11)
Platinum
844.50
(+0.39)
Brent Crude
37.86
(-0.84)
Palladium
2204.58
(+0.60)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73439.58
(+1.04)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo