Lizinikele emaphoyiseni ikhehla laseSandlwana eleba isibhamu

eSandlwana - Owesilisa oneminyaka engu-61 wasendaweni yaseSandlwane uzinikezele emaphoyiseni ngoLwesihlanu olwedlule.

Ngokusho kukaThembeka Mbhele okhulumela amaphoyisa le ndoda ibithungathwa amaphoyisa ngecala lokweba isibhamu.

“Ngasekupheleni kukaDisemba umsolwa kuthiwa uyena muntu owafika kuqala endaweni lapho okwakwenziwe ubugegengu.

"Ngesikhathi efika wathatha isibhamu asicosha kule ndawo ngaphambi kokuba abize amanye amalungu omphakathi ukuba azolekelela.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa athungatha 'abasize' ikhehla likhipha imali kwi-ATM

Uphenyo lwamaphoyisa lwabonisa ukuthi kukhona isibhamu esishodayo kule ndawo okwenzeka khona ubugebengu.

“Amaphoyisa angena imizi nemizi ecinga isibhamu kodwa awazange angene emzini waleli khehla.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5588 votes
It's four more years for Trump
54% - 6618 votes
Vote
ZAR/USD
16.40
(+0.30)
ZAR/GBP
21.30
(+0.04)
ZAR/EUR
19.44
(+0.13)
ZAR/AUD
11.61
(-0.05)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1918.09
(+0.41)
Silver
25.01
(+1.14)
Platinum
878.00
(+0.86)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2397.00
(+0.81)
All Share
55271.75
(+0.20)
Top 40
50851.62
(+0.22)
Financial 15
9956.35
(-0.22)
Industrial 25
75567.07
(+1.08)
Resource 10
53788.16
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo