Ngeke aye ejele owabulala ingane yakhe ngephutha

Harare – Owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala waseZimbabwe, owabulala indodana yakhe, 2, ngokuyishayisa ngemoto ngephutha, uhlawuliswe u-$500 ngecala lokubulala ngokungenhloso.

UFunafuthi Patsi washayisa u-Ofentse Patsi, ngesikhathi ezama ukupaka imoto yakhe ngomhlaka-23 Disemba, kubika iMyZimbabwe.

Le ngane yashonela esibhedlela, kanti kuthiwa yayimi phambi kwemoto ngesikhathi kwenzeka le ngozi.

UPatsi wazincengela enkantolo ukuthi ithambise isigwebo uma isisehlisa, wathi ukulahlekelwa yindodana yakhe kuyisijeziso esenele.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa kuthiwa libulale owesifazane ngephutha

‘Kwangilimaza kakhulu emoyeni ukushona kwendodana yami eyayikhubazekile. Okungiphatha kabi kakhulu ukuthi yimina engayibulala,” esho.

“Indodana yami yayihamba nami ngemoto, yase iyehla emotweni ngingaboni. Angizange ngibone ukuthi ingane isimi ngaphambi kwemoto.”

UPatsi uthi waze wabona ukuthi khona okonakele ngesikhathi umkakhe eza emotweni egijima, ememeza.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 983 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1866 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10492 votes
Vote
ZAR/USD
15.21
(-0.63)
ZAR/GBP
20.28
(-0.25)
ZAR/EUR
18.11
(-0.53)
ZAR/AUD
11.20
(-0.60)
ZAR/JPY
0.15
(-0.75)
Gold
1808.70
(+0.04)
Silver
23.34
(-0.01)
Platinum
958.00
(-0.07)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2384.00
(+2.88)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo