'Ngeke sivote engekho amanzi'

Johannesburg - Uma nje amanzi ahlanzekile engakaphumi kompompi, ezinye zezakhamuzi zithi ngeke zivote okhethweni lohulumeni basekhaya oluzayo.

Belinde emigqeni emide, nelanga likhipha umkhovu etsheni edolobheni laseFree State, abantu bakhulume ngobunzima besomise abadlule kubona ngoDisemba.

"Bafuna sibavotele, kodwa uma sidinga usizo abafuni ukusisiza. Asivoti kulo  nyaka,” kusho ezinye zezakhamizi.

Esinye sezakhamuzi, uMamoleyane Matshaneng, ngoLwesihlanu uthe umasipala wehlulekile ukubahlinzeka ngamanzi zonke izinsuku.

Funda nalolu daba: Izingane zishonele esikorokorweni

UMasipala waseSetsoto uthi usalinde usizo kuhulumeni wesifundazwe nokazwelonke.

ISenekal Business Forum inikele ngamathangi amane oJojo – elilodwa ekhaya labadala, elilodwa egaraji likaphethiloli, esikhungweni sentsha nasejele.

Amasosha eBethlehem ahlinzeke ngamathangi amanzi angamalitha angu-20 000 ukusiza ekuthuthweni kwamanzi, kanti amaphoyisa abesiza ngokuthi agcine ukuthula.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 364 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 642 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1718 votes
Vote
ZAR/USD
15.18
(+0.55)
ZAR/GBP
20.42
(+0.06)
ZAR/EUR
18.44
(+0.40)
ZAR/AUD
11.30
(+0.30)
ZAR/JPY
0.15
(+0.08)
Gold
1839.70
(+0.59)
Silver
24.08
(+0.31)
Platinum
1031.00
(+2.48)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2302.01
(-3.30)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo