Ngeke siziphazamise izinhlelo zokubhalisa - Mcebo Dlamini

Johannesburg – Isishoshovu  sabafundi uMcebo Dlamini uthi umbutho we-Fees Must Fall ngeke uziphazamise izinhlelo zokubhalisa ezikhungweni.

INkantolo eNkulu yaseGoli ngoLwesihlanu enikeze incazelo ngesinqumo sayo sokuguqula isinqumo senkantolo eyanqabela uDlamini ubheyili.

UJaji Ratha Mokgoatlheng uthe inkantolo yesifunda kwakumele ikhombise uDlamini i-video eyasetsheniswa uMbuso njengobufakazi ukumnqabela ibeyili nokuyinto engakwenzanga, ngakho amalungelo kaDlamini ephulwa.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesifazane ngokwebiwa kosana

UDlamini uthi nakuba ejabulile ngesinqumo, ngeke abungaze kuze kube kudedelwa nozakwabo osaboshiwe.

“Akumele sibhikishe nje ngoba sifuna ukubhikisha. Kumele sibhekishe ngoba kunesizathu. Okwamanje uhulumeni ziningi izinto asezilungisile.” 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 9816 votes
It's four more years for Trump
53% - 11022 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(-1.31)
ZAR/GBP
21.28
(-0.88)
ZAR/EUR
19.26
(-0.96)
ZAR/AUD
11.54
(-0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-1.44)
Gold
1876.32
(-1.48)
Silver
23.35
(-3.87)
Platinum
870.00
(-0.47)
Brent Crude
41.09
(+1.96)
Palladium
2231.48
(-3.18)
All Share
52308.14
(-3.28)
Top 40
47930.58
(-3.29)
Financial 15
10026.43
(-4.54)
Industrial 25
72862.13
(-1.98)
Resource 10
48131.41
(-4.51)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo