"Nizoyikhotha imbenge yomile", kusho uSihlalo we-Santaco

Abashayeli bamatekisi abaphuma imithetho yomgwaqo futhi badelele namakhasimende bazowukhomba umuzi onotshwala.

Lesi isexwayiso esivela kuPhilip Taaibosch, onguMengameli weNhlangano yamaTekisi eNingizimu Afrika, kubika iDailysun.

UTaaibosch uthe lenhlangano esebenzisana nezinkantolo ukuthola izindlela zokweseka ukuqiniswa komthetho ukuze kuqinisekiswe ukuthi laba abephula umthetho bathola izigwebo ezinzima kakhulu.

OLUNYE UDABA:Bazokhushulelwa amaholo abashayeli bamatekisi

“Sidinga ukuba nemboni enabantu abakwaziyo ukuziphatha futhi bakwazi ukuhlonipha bonke abantu abasebenzisa imigwaqo.

“Kumele siqinisekise ukuthi wonke amacala enziwa abashayeli bamatekisi ahlangatshezwa izigwebo ezinqala,” kusho yena.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8074 votes
It's four more years for Trump
53% - 9240 votes
Vote
ZAR/USD
16.24
(-0.23)
ZAR/GBP
21.20
(-0.19)
ZAR/EUR
19.19
(+0.10)
ZAR/AUD
11.60
(-0.27)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1902.22
(+0.22)
Silver
24.25
(-0.77)
Platinum
890.00
(-0.56)
Brent Crude
41.24
(0.00)
Palladium
2350.00
(-0.67)
All Share
55208.24
(-0.24)
Top 40
50564.06
(-0.25)
Financial 15
10738.27
(-0.49)
Industrial 25
74868.41
(-0.05)
Resource 10
52363.43
(-0.38)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo