Obebanjwa inkunzi ugwaze wabulala abasolwa

Durban – Kushone abesilisa ababili ngemuva kokuba ‘behlasele’umshayeli webhayisikili ngeSonto.

Ngokusho komthombo, umshayeli webhayisikili uthi uhlaselwe amadoda angawazi, abezama ukumbamba inkunzi ngeSonto emgwaqeni obheke eGiba Gorge Mountain Bike Park, ngaku-N3.

Uphoqwe ukuba ame ngasebhulohweni, ngesikhathi bedonsa ibhayisikili lakhe, ubagwaze ngommese bobabili.

Funda nalolu daba: Kudutshulwe iphoyisa nomsolwa kuphangwa

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Shooz Magudulela, ukuqinisekisile ukuthi umlisa ubike isigameko esiteshini samaphoyisa aseMariannhill.

UMagudulela ngesikhathi befika endaweni yesigameko, bathole oyedwa wabasolwa eseshonile enenxeba lokugwazwa.

UMagudulela uthi omunye ushonele esibhedlela ngakusasa, kubika iDaily News.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4528 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 3045 votes
No, I don't think they need it
36% - 4317 votes
Vote
ZAR/USD
15.33
(+1.20)
ZAR/GBP
21.27
(+0.83)
ZAR/EUR
18.25
(+0.78)
ZAR/AUD
11.82
(+0.55)
ZAR/JPY
0.14
(+0.99)
Gold
1702.92
(+1.10)
Silver
25.65
(+1.97)
Platinum
1163.00
(+2.41)
Brent Crude
68.09
(-1.61)
Palladium
2300.00
(-0.04)
All Share
68919.16
(+0.72)
Top 40
63365.71
(+0.72)
Financial 15
12901.22
(+1.21)
Industrial 25
88306.84
(+1.32)
Resource 10
71615.29
(-0.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo