Ohlukene nentombi uthi ufuna u-R70 000 ngezinto abeyithengela zona

Durban – Uthi usephila ngokuhlafuna ejeqeza kuhle kwenyamazane owesifazane waseThekwini othi uhlaliswe kabi ngowayeyisoka lakhe.

Lo wesilisa kuthiwa usetshele lo wesifazane ukuthi ufuna amkhokhele u-R70 000 “wezinto ayemthengela zona” ngesikhathi esathandana, kubika iSolezwe.

Lo wesifazane, 30, uthi isoka lakhe lalimhlukumeza besathandana kepa enganaki ngoba lalibuya ngakusasa seliphethe isipho, lixolise.

OLUNYE UDABA: Owayeyisoka usolwa ngokudlwengula owesifazane

“Ngelinye ilanga sathi sizikhiphile saxabana, wabe esemisa imoto wathi angiphume. Wangishiya kanjalo emgwaqeni kusebusuku. Ngaphinde ngambona esebuya ezongilanda.

“Kokunye wangishaya ngempama sixabene. Njalo lwayebuya nezipho emuva kokuba sixabene, axolise. Zonke lezi zinto athi angizikhokhe wayengithengele zona njengezipho," esho.

Lo wesilisa uthi ufuna ukukhokhelwa le mali ngezinto azishiya endlini ababehlala kuyo nalo wesifazane, okubalwa i-laptop, i-DStv decoder, omakhelekhukwini abathathu, i-microwave, i-DStv Explorer decoder kanye ne-Wifi router.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 2956 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2040 votes
No, I don't think they need it
36% - 2867 votes
Vote
ZAR/USD
14.98
(+0.29)
ZAR/GBP
20.86
(+0.69)
ZAR/EUR
18.05
(+0.69)
ZAR/AUD
11.64
(+0.09)
ZAR/JPY
0.14
(+0.60)
Gold
1723.82
(-0.84)
Silver
26.49
(-0.99)
Platinum
1184.00
(-0.96)
Brent Crude
64.90
(0.00)
Palladium
2349.99
(+0.85)
All Share
67536.96
(+2.12)
Top 40
62107.04
(+2.23)
Financial 15
12456.31
(+2.10)
Industrial 25
88082.08
(+2.25)
Resource 10
68969.71
(+2.24)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo