Ona-14 'wadlwengulwa' wumakhelwane endaweni yokucwala izinwele

eGoli - Owesilisa oneminyaka engu-18 ubudala kanye nodadewabo bafunwa ngamaphoyisa aseNorwood ngecala lokudlwengula.

Lokhu kumayelana necala lokudlwengulwa kwengane eneminyaka engu-14 ubudala endaweni yokucwala izinwele esemgwaqeni u-17th e-Orange Grove, kubika i-Alex News.

Kuthiwa lesi sigameko senzeka ngoNovemba wangonyaka odlule kodwa icala laze lavulwa emaphoyiseni ngomhlaka-14 Januwari livulwa wubaba wale ngane.

Ngokubika kukaCaptain Elliot Tshivhase, lezi zelamani zakuhlela kahle lokhu okwenzeka.

OLUNYE UDABA: Yamukelwe eyokuboshwa kwabasolwa ngokuganisa ingane ngenkani

UTshivhase uthi isisulu sitshele amaphoyisa ukuthi udadewabo kamsolwa wasiza ngokuthi abakhiyele egumbini elilodwa nomsolwa ngesikhathi sesigameko.

“Ngokusho kwakhe, umsolwa wamdlwengulela lapho wabe esebiza udadewabo ukuba azobavulela umnyango,” kusho yena.

Ngesikhathi ebuzwa ukuthi kungani ebika ngalesi sigameko ngoJanuwari, ukhale ngokwesaba. Le ntombazane ithi ibisaba nokubikela abazali bayo ngalesi sehlakalo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4738 votes
It's four more years for Trump
54% - 5639 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.11)
ZAR/GBP
21.39
(-0.23)
ZAR/EUR
19.45
(-0.53)
ZAR/AUD
11.68
(+0.29)
ZAR/JPY
0.16
(-0.06)
Gold
1903.13
(+0.15)
Silver
24.36
(+0.65)
Platinum
857.00
(-0.58)
Brent Crude
43.03
(0.00)
Palladium
2329.73
(+0.90)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo