Onqobe owama-Idols uzokhipha i-album ungakashayi uKhisimusi

Johannesburg - Akaze akuthole ukuphumula owanqoba umncintiswano womculo kumabonakude ama-Idols SA  uKarabo Mogane.

Njengamanje lo mculi waseMbombela eMpumalanga umatasa estudio wenza umculo we-album okulindelke ukuba iphume ngoDisemba.

Kuzobe kuqala ngqa ukuba onqobe ama-Idols SA ekhiphe i-album ngemuva kwamasonto amabalwa kulandela ukuwanqoba ukuze izolalelwa ngokhisimuzi.

OLUNYE UDABA:  Selifezeke ngokugcwele iphupho lowanqoba ama-Idols

UKarabo uzonandisa emcimbini wonyaka we-HIV/AIDS ozobanjelwa e-Abrahsmsrust kuMasipala wesifunda saseFezile Dabi kanti futhi uzohambela ama-American Idols angnyaka ozayo eLos Angeles eUnited States.

UKarabo ekhuluma nabeSunday Sun esitebeleni se-Universal Music uthe: "I-album izakahle kakhulu.Ngosuku senza amaculo amathathu kanti sithemba ukuthi sizoqeda ukuqopha ezinsukwini ezimbalwa ezizayo."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8499 votes
It's four more years for Trump
53% - 9652 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.14)
ZAR/GBP
21.09
(+0.36)
ZAR/EUR
19.12
(+0.47)
ZAR/AUD
11.53
(+0.26)
ZAR/JPY
0.15
(+0.28)
Gold
1901.10
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
872.00
(-2.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2346.00
(-0.90)
All Share
54890.88
(-0.81)
Top 40
50286.90
(-0.80)
Financial 15
10644.91
(-1.35)
Industrial 25
74457.36
(-0.60)
Resource 10
52092.66
(-0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo