Osekwadlula sekwadlula - Kelly Khumalo

Johannesburg - Ngemuva kwamahora ambalwa kuphume umrepha, uMolemo 'Jub Jub' Marronhanye, uKelly Khumalo ubhale umbhalo onenkulumo efihliwe phakathi enkundleni yezokuxhumana iTwitter mayelana nokukhohlwa osekwadlula.

UKelly, obengakaze aphawule ngokuphuma kukaJub Jub ejele, uzwakalise umbono wakhe wokukhohlwa osekwadlula.

"Osekwadlula sekwadlula ngoba kunesizathu sokudlula kwakho," usho njalo.

OLUNYE UDABA: 'Udedelwe ngoshwele uJub Jub'

Yize lo mbhalo ungasho lutho ngoJub Jub, kunezinsolo ezinkundleni zokuxhumana, zokuthi uKelly kungezeka ukuthi uphendula imibuzo abebhekene nayo emayelana nokuphuma kwalo mrepha.

Ngokubika kweTshisaLive ekuqaleni kwesonto, imithombo esondelene noKelly idalule ukuthi nakuba ebengaxhumani nalo mrepha selokhu aboshwa, uzomvumela ukuba achithe isikhathi nengane uma umthetho umvumela.

Kubukeka sengathi lo mculi useshaye unqgimphotho esitatimendeni ake sisho.

Ngonyaka ophelile uKelly wathi ufuna incwadi yokuzivikela kuJub Juba futhi angeke aze amvumele ukuthi abone indodana yakhe.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 173 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 736 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
33% - 448 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(+0.67)
ZAR/GBP
21.02
(+0.59)
ZAR/EUR
18.90
(+1.01)
ZAR/AUD
11.40
(+0.88)
ZAR/JPY
0.16
(+0.82)
Gold
1877.90
(+0.05)
Silver
23.62
(+0.11)
Platinum
844.50
(+0.39)
Brent Crude
37.86
(-0.84)
Palladium
2204.58
(+0.60)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73439.58
(+1.04)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo