Osolwa ngokujola nomyeni womuntu wabhunyelwa ngedokwe elishisayo

Bulawayo - Owesifazane waseChitungwiza ubhunyele umakhelwane wakhe ngedokwe elishisayo ngemuva kokumsolwa ngokujola nomyeni wakhe.

UMoline Moyo ugwetswe amahora angu-240 okwenza umsebenzi womphakathi kulandela ukulivuma icala lokushaya.

UMoyo uthe washisa umakhelwane wakhe uCatherine Kuripinga ngenxa yokujola nomyeni wakhe.

OLUNYE UDABA: Ushiswe ubuntu obanjwe ephinga

"Ngenziwa yintukuthelo, bekungafanele ngimonakalise kanje. Ngangicasulwe wukuthi uthandana nomyeni wami futhi weza emzini wami ezongazisa ngokujola kwabo," usho njalo.

Isigameko senzeka ngomhlaka-20 Novemba ngezithuba zabo-13:00. UKuripinga waya emzini kaMoyo eyombuzo ngokusabalalisa amahlebezi okuthi yena ujola nomyeni wakhe.

UMoyo akazange aphendule kodwa wavele wambhunyela uKuripinga ngedokwe elishisayo elaliseziko 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     



We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7923 votes
It's four more years for Trump
53% - 9086 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(-0.32)
ZAR/GBP
21.17
(-0.05)
ZAR/EUR
19.27
(-0.30)
ZAR/AUD
11.57
(-0.08)
ZAR/JPY
0.16
(-0.18)
Gold
1901.21
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
888.00
(-0.84)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2359.87
(-0.27)
All Share
54964.66
(-0.68)
Top 40
50334.78
(-0.71)
Financial 15
10614.50
(-1.63)
Industrial 25
74530.61
(-0.50)
Resource 10
52257.96
(-0.58)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo