"Ovuke kwabafileyo" uvele enkantolo yaseKrugersdorp

Johannesburg - Indoda okukholakala ukuthi ishonile ivele eNkantolo yeMantshi yaseKrugersdorp ngoLwesibili ntambama ngemuva kokuboshwa ngeSonto ebusuku, kubika iKreugersdorp News.

Amaphoyisa endawo ashaqekile ngesikhathi ezwa ukuthi umsolwa okwakusolwa ukuthi washa wangqongqa nemoto ngoDisemba ngonyaka ophelile uphila njengosheleni eFree State. Umsolwa uphoswe imibuzo esiteshini samaphoyisa aseKrugersdop kanti futhi izogcinwa ezitokisini ngemuva kokuvela enknatolo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe obanjwe negolide elingabiza u-R50m

Ikhasi lale ndoda iFacebook ligcwele imiyalezo yenduduzo ebhalwe ngabangani abanye bekhumbula okuhle ababekwenza nayo, akekho noyedwa umngani owayazi ukuthi isidumbu esasha nemoto ngaphandle kwaseFree State akusiso esale ndoda engumngani wabo.

Ngesikhathi umsolwa evele enkantolo abombuso abafunanga ukudalula imininingwane ngokuboshwa kwalo msolwa noma ukuzenza ofileyo kodwa bacela ukuba agcinwe esitokisini ngenhloso yokunikeza amaphoyisa ithuba lokuqhubeka nophenyo.

Umsolwa uzophinde avele enkantolo ngomhlaka-6 Julayi.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6721 votes
It's four more years for Trump
54% - 7822 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.76)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.18
(+0.93)
ZAR/AUD
11.52
(+0.70)
ZAR/JPY
0.15
(+0.92)
Gold
1900.89
(-1.06)
Silver
24.57
(-1.48)
Platinum
877.51
(-0.54)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2389.99
(+0.28)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo