OwayekuGenerations uphika eyokubhidliza umshado ‘weshende’

Johannesburg – Lowo owayelingisa indawo kaQueen Moroka kuGenerations endala, uSophie Ndaba, useziphikile izinsolo ezithi nguye obhidlize umshado wowesilisa “abejola naye”.

Ngokusho kombiko weSowetan, uNdaba nguye owayehlela umshado kasomabhizinisi owazalelwa eZimbabwe, u-Otis Mahlatsi, ngo-Ephreli wonyaka odlule, laba bagcina sebejola.

UMahlatsi uthi ukujola kwakhe noNdaba kwaphetha ngokuthi kubhidlike umshado wakhe.

OLUNYE UDABA: Ngangithi uzongidubula uBishop - Sophie

UMahlatsi utshele iphephandaba ukuthi waqala ukujola noNdaba ngemuva kokuthi ashadelwe.

Uthi bajola izinyanga ezingu-8 wagcina esedivosa umkakhe ngoba efuna ukushada noNdaba.

Lo somabhizinisi uphinde waziphikisa ngesikhathi ethi umshado wakhe wafadalala ngenxa yokuthi unkosikazi wakhe wayenesikhwele ngoNdaba.

UNdaba uchaze uMahlatsi ngengomuntu ongaphilile kahle ekhanda.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 854 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8746 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.05)
ZAR/GBP
20.54
(-0.10)
ZAR/EUR
18.25
(+0.25)
ZAR/AUD
11.23
(+0.42)
ZAR/JPY
0.15
(+0.71)
Gold
1838.00
(-1.80)
Silver
23.57
(-2.46)
Platinum
926.00
(-1.72)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2339.00
(+1.23)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo