Johannesburg - Umlingisi womdlalo wakumabonakude iMuvhango uMona Monyane ubusiswe ngengane yentombazane.
Lesi sihlabani sisabalalise lezi zindaba ezinhle enkundleni zokuxhumana iFacebook ngesikhathi efaka isithombe sakhe ephethe ingane yakhe wabhala wathi: "Indlovukazi yami enhle isifikile! Ase-Ahadi Lesemole Mamphai Skenjana 13/08/2016.
OLUNYE UDABA: OweMuvhango uthi ngabe akamuhle kanje ukube akasilo i-dark
Enezinwele ezigcwele ikhanda! Ngiyabonga ngokungenza umuntu wesifazane mntanami. Baba ka-Ase, Khulu Skenjana ngiyabonga Ndlovu ngalesi sipho esihle kanje," kubhala uMona.
Thola udaba oluphelele ku-Drum
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter