Owesifazane uthi usekhathele indodakazi elala nesoka kwakhe

Bulawayo - Owesifazane osekhathele imikhuba yendodakazi yakhe uma engekho esemsebenzini eNingizimu Afrika ucele incwadi yokuqeda imigilinganwe eyenzayo enkantolo.

Lo wesifazane uthe indodakazi yakhe ingenisa isoka layo emzini wakhe uma engekho bazibandakanye ocansini.

NgokweBulawayo24 uBrain Ndlovu uwuphendule owakhe umuzi kaFunny Chirwa uma engekho 

Indodakazi kaChirwa isikhulelwe manje.

OLUNYE UDABA: Wazilengisa owafica unkosikazi enqunu phezu kweshende

"Ngiphazamisekile ngokwenziwa nguNdlovu emzini wami nendodakazi yami uma ngingekho.

"Ngicela incwadi yokuqeda lo mkhuba emzini wami. Indodakazi yami yesibili ingitshele ukuthi uma ngingekho uNdlovu uzenza ubaba wekhaya.

"Yonke lento fanele iphele.

"Uma kuyindodakazi yami efuna ucansi kuzofanele ikhohlwe yilo ngoba ngidinga ukuhlonishwa. Ayingasebenzisi umuzi wami ukwanelisa inkanuko yayo."

Imantshi uyenkantolo isichithile isicelo sikaChirwa yathi asizwakali kahle.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4962 votes
It's four more years for Trump
54% - 5864 votes
Vote
ZAR/USD
16.50
(+0.03)
ZAR/GBP
21.39
(-0.04)
ZAR/EUR
19.45
(-0.08)
ZAR/AUD
11.62
(+0.21)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1902.07
(-0.03)
Silver
24.40
(+4.37)
Platinum
853.00
(0.00)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2350.50
(+0.86)
All Share
55025.28
(-0.25)
Top 40
50572.06
(-0.33)
Financial 15
9941.40
(-0.36)
Industrial 25
75448.58
(+0.92)
Resource 10
53194.51
(-1.73)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo