Owesilisa onqunu webe itekisi, washayisa izimoto ebezipakile

Philadelphia – Amaphoyisa athi owesilisa obenqunu webe itekisi washayisa ngayo izimoto endaweni yasePhiladelphia.

Ngokusho kwamaphoyisa, owesilisa uhlasele owesifazane obephuma emotweni ngoMsombuluko ntambama.

Umshayeli wemoto uthi ube esephuma eyosiza owesifazane, nokuyilapho lo mlisa ekhumule khona izingubo zakhe abezigqokile weba imoto.

OLUNYE UDABA: Imindeni eminingi ikhahlanyezwe yizimvula eKZN

Amaphoyisa athi umsolwa ubaleke ngemoto waya eRittenhouse Square, washayisa izimoto zabantu ezintathu ebezipakile ngaphambi kokuba abanjwe.

Umsolwa ungeniswe esibhedlela. Isimo sakhe asaziwa.

Owesifazane ohlaselwe ngumsolwa akalimele, kanjalo nomshayeli wetekisi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 337 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 599 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1581 votes
Vote
ZAR/USD
15.33
(-0.37)
ZAR/GBP
20.53
(-0.50)
ZAR/EUR
18.58
(-0.39)
ZAR/AUD
11.39
(-0.55)
ZAR/JPY
0.15
(-0.43)
Gold
1840.98
(+0.62)
Silver
24.14
(+0.60)
Platinum
1022.00
(+1.64)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2403.01
(+0.95)
All Share
58651.74
(+0.63)
Top 40
53880.09
(+0.74)
Financial 15
11298.12
(-0.08)
Industrial 25
79578.40
(+0.65)
Resource 10
56074.40
(+1.08)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo