Ozithwele uzithungele ngomlilo esola umyeni ngokuphinga

Nairobi - Owesifazane ozithwele uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuzithungela ngomlilo ngoba umyeni wakhe ejola nomunye wesifazane, kusho amaphoyisa aseKenya.

UCynthia Njoki, 27, waseNakuru usesimeni esibucayi esibhedlela ngemuva kokuzigcoba ngophethiloli ngaphambi kokuzishisa.Odokotela bathe uNjoki uthole amanxeba amabi okusha emzimbeni; ezandleni, esiswini, emathangeni nasebusweni. Futhi unezinkinga zokuphefumula kulandela ukuhogela intuthu.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ulinyazwe kabi ngumkakhe ethola ukuthi uyisitabane

Ngokombiko we-wwww kutholakale ukuthi inhliziy yengane isishaya ngendlela engajwayelekile ngesikhathi ihlolwa.

Ngokusho kwamaphoyisa uNjoki uzame ukuzibulala emzini wakhe ngemuva kokuba umyeni wakhe enqabe ukusho ukuthi wayekuphi ngoMgqibelo ebusuku.

UNjoki usole umyeni wakhe ngokuphinga wase ecasuka. Ube esethatha isinqumo sokuzibulala ngokuzithungela ngomlilo.

Umyeni kaNjoki uziphikile izinsolo. Njengamanje alikho icala elivuliwe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4417 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2972 votes
No, I don't think they need it
36% - 4209 votes
Vote
ZAR/USD
15.50
(+0.13)
ZAR/GBP
21.45
(-0.05)
ZAR/EUR
18.37
(+0.08)
ZAR/AUD
11.88
(+0.03)
ZAR/JPY
0.14
(+0.38)
Gold
1688.29
(+0.23)
Silver
25.34
(+0.73)
Platinum
1150.01
(+1.19)
Brent Crude
68.09
(-1.61)
Palladium
2314.00
(+0.54)
All Share
68426.17
(+0.23)
Top 40
62910.60
(+0.19)
Financial 15
12747.28
(-0.10)
Industrial 25
87156.37
(-0.52)
Resource 10
71780.93
(+1.38)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo