Sekuboshwe abantu endaweni okubulawe kuyo abangu-11

Cape Town - Kuboshwe abantu abane emijondolo yaseMarikana, eKapa, kulandela ukubulawa kwabantu abangu-11 ngempelasonto, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoMsombuluko.

La bantu baboshwe ebusuku ngesikhathi amaphoyisa ephume inqina kule ndawo, kusho okhulumela amaphoyisa uBrigadier Novela Potelwa esitatimendeni.

"Amalungu ophiko olugcina ukuthula abelandela umkhondo ase ebopha abasolwa ababili abaneminyaka engu-39 no-41 ubudala, aphinde ashaqa isibhamu nezinhlamvu."

Laba zibakhalele bekuLower Crossroads kanti kulindeleke ukuba bavele enkantolo kungekudala bebhekene necala lokutholakala nesibhamu nezinhlamvu okungekho emthethweni.

OLUNYE UDABA: Kuzokwandiswa amaphoyisa elokishini osekubulawe kulo inqwaba yabantu

Isibhamu sizohlolwa ukuthi asikaze yini sisetshenziswe kwezinye izigameko zobugebengu, kusho uPotelwa.

Kwesinye isigameko kule ndawo, owesilisa ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokuthi etholakale nocelemba. Uzobekwa icala lokuphatha isikhali esiyingozi.

Umsolwa wesithathu utholakale nezidakamizwa.

UPotelwa uthe amaphoyisa aziqhubeka nokunkanisa kuleya ndawo.

Isigameko sokubulala esenzeke ngoLwesihlanu senze senyukela kwabantu 22 isibalo sabantu asebebulewe kule ndawo emasontweni ambalwa edlule.

Amaphoyisa aphenya ngezinsolo ezithi umphakathi wabulala abantu abangu-12 ababesolwa ngobugebengu.

Asola ukuthi isigameko sangoLwesihlanu kungenzeka ukuba kwakungesokuziphindiselela.



We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 7999 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 2331 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 9704 votes
Vote
USD/ZAR
14.31
(+0.7)
GBP/ZAR
19.79
(+1.3)
EUR/ZAR
17.14
(+1.1)
AUD/ZAR
11.07
(+0.8)
JPY/ZAR
0.13
(+1.0)
Gold
1,779.69
(+0.9)
Silver
26.08
(+0.9)
Platinum
1,207.50
(+0.9)
Brent Crude
66.94
(+0.5)
Palladium
2,773.86
(+1.0)
All Share
68,699
(+1.3)
Top 40
62,898
(+1.3)
Financial 15
12,446
(+0.8)
Industrial 25
89,364
(+0.8)
Resource 10
70,350
(+2.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo