Sekubulawe amalungu omunye futhi umndeni eKZN

Durban - Abantu abangaziwa badubule babulala amalungu amathathu omndeni wodwa ngaseFolweni, eningizimu yeTheku.

Lesi yisigameko sesithathu sokubulawa kwamalungu emindeni e-KZN esikhathini esingangesonto, kubika iSABC.

Kuthiwa umndeni ubuhamba ku-M35 ngesikhathi uhlaselwa ngabantu ebebehamba ngezimoto ezimbili ngemuva.

Abanye abantu abathathu ebebesemotweni baphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane belimele kabi.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe 4 ngokubulawa kwamalungu omndeni eKZN

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal Police uNqobile Gwala uthi imininingwane ngesigameko ayikacaci kahle okwamanje.

Uthe imbangela yokuhlasela ayikaziwa.

Ngokusho kuka-Lt Thulani Zwane, amaphoyisa abengakabophi muntu ngalesi sigameko.

NgoLwesibili ebusuku, kwabulawa abantu abangu-8 bomndeni owodwa eMatimatolo, ngoLwesine kwabulawa amanye amalungu ayisithupha omndeni owodwa eNteke.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 6609 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 1942 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 7948 votes
Vote
USD/ZAR
14.61
(0.0)
GBP/ZAR
20.02
(0.0)
EUR/ZAR
17.37
(0.0)
AUD/ZAR
11.13
(0.0)
JPY/ZAR
0.13
(0.0)
Gold
1,743.98
(0.0)
Silver
25.25
(0.0)
Platinum
1,204.50
(0.0)
Brent Crude
62.95
(-0.4)
Palladium
2,641.93
(0.0)
All Share
67,191
(+0.2)
Top 40
61,459
(+0.3)
Financial 15
12,123
(+0.8)
Industrial 25
87,544
(+0.1)
Resource 10
68,608
(+0.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo