Sekuminze kwashona abantu abangu-12 ku-2016

Durban - KwaZulu-Natal – Umlisa ominze ebhishi laseThekwini ngoLwesine ubengoka-12 ukuminza kuleli selokhu kuqale unyaka omusha.

Izisulu ezimbili bekuyizingane ezingaphansi kweminyaka emibili ubudala, ngokombiko wabe-ER24, Netcare 911 ne-NSRI.

UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal uthe umlisa oneminyaka engu-25 ubudala uminze ebhukuda eWedge Beach eThekwini ngezithuba zabo-14:30.

Funda nalolu daba: Umisiwe umethuli wezindaba ohlekise ngoNgqongqoshe

Ushonile ngaphambi kokuba athole usizo.

NgoMsombuluko, ingane enezinyanga ezingu-16 ubudala iwele e-pool eMgungundlovu yaminza yashona, ngokombiko wabeNetcare 911.

Okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak unxuse abantu ukuba bazinakelele uma bebhukuda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 364 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 641 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1716 votes
Vote
ZAR/USD
15.17
(+0.65)
ZAR/GBP
20.41
(+0.08)
ZAR/EUR
18.42
(+0.49)
ZAR/AUD
11.30
(+0.28)
ZAR/JPY
0.15
(+0.21)
Gold
1838.57
(+0.48)
Silver
23.99
(-0.06)
Platinum
1029.12
(+2.26)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2293.00
(-3.67)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo