Sekuphinde kwashona omunye umholi we-EFF

Johannesburg – Ifu lokushonelwa libukeka lilokhu libulandelile ubuholi be-Economic Freedom Fighters KwaZulu-Natal, njengoba sekuphinde kwashona elinye ilungu eliphezulu.

Ukushona kukaVictor Vulakazi, 32, kuza ngemuva kokuthi iqembu lisanda kungcwaba iSekela likaNobhala wesifundazwe, uXolile Mofokeng, eGlencoe.

UVilakazi – obesesigungwini esiphezulu esifundazweni – ushone ngoLwesine ngemuva kokugula isikhathi esincane.

Ungeniswe eNkandla Hospital ngasekupheleni konyaka odlule, waze wagcina esehonela khona.

OLUNYE UDABA: Kushone umholi obenohlonze eZim

UVilakazi ubehlala nomndeni wakhe oSizweni, eNewcastle.

Okhulumela iqembu uMbuyiseni Ndlozi uchaze uVilakazi njengeqabane ebelizinikele emsebenzini walo.

Uthe iqembu lidangele kakhulu ngokushona kukaVilakazi, wase edlulisa amazwi enduduzo emndenini.

 USihlalo we-EFF esifundazweni, uVukani Ndlovu, uthe iqembu ligqemeke engeqiwa ntwala ngokulahlekelwa abaholi ababili kulandelana.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 854 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8743 votes
Vote
ZAR/USD
15.42
(-0.03)
ZAR/GBP
20.54
(-0.13)
ZAR/EUR
18.27
(+0.18)
ZAR/AUD
11.23
(+0.42)
ZAR/JPY
0.15
(+0.61)
Gold
1837.54
(-1.82)
Silver
23.56
(-2.51)
Platinum
927.00
(-1.64)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2353.00
(+1.36)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo