Sekusabalale isithombe somfundi nothisha 'besekameleni'

Johannesburg - Sekuputshuke isithombe enkundleni yezokuxhumana iWhatsApp okubonakala kuso uthisha wasesikoleni esaziwayo eRoodepoort enomfundi.

Le ntombazane ibonakala igqoke isikibha sodwa, uthisha ugqoke izimpahla zokulala, kubika iRoodepoort. Isibongo sendoda esesithombeni siyaziwa.

Ngesikhathi isithombe sesisabalale kakhulu ezinkundleni zokuxhumana, abazali base bevele besithumele eMnyangweni wezeMfundo eGauteng.

UMnyango wezeMfundo eGauteng uphendule ngokushesha ngalezi zinsolo.

Esitatimendeni ngoLwesibili, uSteve Mabona, okhulumela uMnyango uthe: "UMnyango udumele futhi uphazamisekile ngokuzwa ngodaba lwalesi sithombe esesisabalele ezinkundleni zokuxhumana, okusolwa ukuthi sibandakanya umfundi nothisha, waseWest Ridge Secondary School.

"Sizothumela ithimba labantu abazophenya ngalezi zinsolo.

"Umthetho i-Employment of Educators Act 76 of 1998 awuhambisani nobudlelwano obubandakanya ucansi phakathi komfundi nothisha noma ngabe umfundi uvumile ukungena kulobo budlelwano.

"Uthisha otholakala ephula lo mthetho kuphetha ngokuthi aphelelwe wumsebenzi."


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4738 votes
It's four more years for Trump
54% - 5639 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.11)
ZAR/GBP
21.39
(-0.23)
ZAR/EUR
19.45
(-0.53)
ZAR/AUD
11.68
(+0.29)
ZAR/JPY
0.16
(-0.06)
Gold
1903.13
(+0.15)
Silver
24.36
(+0.65)
Platinum
857.00
(-0.58)
Brent Crude
43.03
(0.00)
Palladium
2329.73
(+0.90)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo