Sekuvele izinsolo ezishaqisayo ngomdlali oshonile

Durban - Njengoba abalandeli bebhola lezinyawo besazilele ukushona komdlali weMaritzburg United uMondli Cele, oshone engozini yemoto, sekuvele izindaba ezishaqisayo.

Sekuvele izinsolo zokuthi lo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala ubengezazo izincwadi zokushayela.

Kuthiwa imoto abehamba ngayo ngeyakwaSABC futhi ibisetshenziswa yintatheli yezemidlalo, uDeli Ngwenya, naye oshone kuyona le ngozi.

Iningi labangani abasondeleni nalaba abashonile bathi uCele ubengezo izincwadi zokushayela, kodwa nguyena obeshayela ngesikhathi behlelwa yingozi.

Funda nalolu dabaOweGospel uphika olokushadelwa

Ongafunanga kudalulwe igama lakhe uthe: “USlomo (okuyisidlaliso sikaMondli) ubengenazo izincwadi zokushayela kodwa ngezimpelasoto ubevame ukushayela imoto yomngani wakhe yohlobo lweMercedes-Benz.”

“Kodwa ubungeke unake ukuthi akanazo izincwadi zokushayela ngenxa yokuthi ubeshayela kahle emgwaqeni.”

Omunye umthombo ukuphikile nokho ukuthi uCele wayedakiwe ngesikhathi sengozi.

“UCele wayengaphuzanga kodwa wayebhemile kuphela ngesikhathi eficwa ngukufa.”

Amaphoyisa omgwaqo nakazwelonke awazange akuphike noma avume ukuthi ngempela ubengenazo yini izincwadi zokushayela uMondli

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 96 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
26% - 186 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
61% - 441 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo