‘Sengaze ngamakhela inqola umkami ophuza aze alale kubona’

Johannesburg – UMarcus Kgwedi, 53, uthi umsebenzi wakhe ukuthi alinde unkosikazi wakhe uma ephuza ejoyintini, uma esedakiwe bese eyamgodukisa ngenqola eyisipesheli amakhela yona.

UMarcus ukhulume neDaily wathi akukho angakwenza ngoba uyamthanda unkosikazi wakhe, uThokozile.

“Unkosikazi wami uyisidakwa futhi akukho engingakwenza ngalokho. Ngiyamthanda ngakho ngenza konke okusemandleni ami ukumvikela,” esho.

“Uhlezi engitshela ukuthi uyophuza kuliphi ijoyinti ukuze ngikwazi ukumlanda uma eseqhuba imbuzi.”

OLUNYE UDABA: Umfundisi ecaleni lokweba utshwala

Lezi zithandani zihlala eTsakane, eKurhuleni, eGauteng.

UMarcus uyaqikelela ekutheni aphathe nengubo yokulala ukuze ezomboza ngayo unkosikazi wakhe uma esemqhuba ngale nqola.

“Sekuphele iminyaka emihlanu ngimlanda emajoyintini ngoba angifuni aze adlale izigebengu, athole nokudlwenguleka.”

UThokozile uthi akayithandi indlela aziphethe ngayo, kanti uyafisa ukuyeka utshwala kodwa kunzima.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 901 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1696 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9326 votes
Vote
ZAR/USD
15.31
(+0.32)
ZAR/GBP
20.44
(+0.27)
ZAR/EUR
18.18
(+0.19)
ZAR/AUD
11.23
(-0.12)
ZAR/JPY
0.15
(+0.58)
Gold
1803.69
(-1.76)
Silver
23.10
(-1.71)
Platinum
957.74
(+3.23)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2338.79
(+0.53)
All Share
57761.92
(+1.08)
Top 40
53049.43
(+1.09)
Financial 15
11674.99
(+2.97)
Industrial 25
80126.12
(+0.26)
Resource 10
52568.48
(+1.54)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo