‘Sengifisa engabe indodana yami isishonile’

Johannesburg – Isaguga, uMaria Mbhele, 76, uthi ufisa sengabe seyadabula amafu indodana yakhe, uSam Mbhele, ngoba iyamhlukumeza.

UMaria uthi uSam, 53, wamxosha endlini yabo yomxhaso esePimville, eSoweto, kanti sekuphele iminyaka engu-10 ehlala emjondolo.

“Ngifuna afe khona ezochazela uNkulunkulu namadlozi akithi ukuthi kungani enza into embi kanje kimina.

“Ngisahlala kulo muzi angixosha kuwo wayengafuni ngisebenzise indlu yangasese noma ngigeze. Wagcina ngokungikhipha kulo muzi. Umzukulu wami wabe esengithengela umjondolo eKliptown.”

OLUNYE UDABA: ‘Indodana yami ingumfundisi mbumbulu’

Uthi uhulumeni awukwazi ukumsiza ngoba indlu yomxhaso unayo – le indodana yakhe egweve nawo.

“Ngabakhulisa kanzima abantwana bami, kepha uSam usengijikele manje. Indodana yami yesibili iphazamisekile emqondweni.”

Ethintwa uSam uthe waxosha umama wakhe ngoba wayenokwenza “izinto ezingasile” futhi ebanga ukuxokozela.

“Ngangidinga indawo okuzohlala kuyo abantwana bami, ngase ngixosha umama ukuze bavikeleke,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 852 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8732 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.10)
ZAR/GBP
20.51
(+0.04)
ZAR/EUR
18.24
(+0.31)
ZAR/AUD
11.22
(+0.54)
ZAR/JPY
0.15
(+0.61)
Gold
1838.40
(-1.73)
Silver
23.60
(-2.33)
Platinum
926.01
(-1.52)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2359.00
(+1.61)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo