‘Sezivaliwe izigqebhe ngoba zibhebhethekisa i-HIV/Aids’

Nairobi - UMengameli waseTanzania, uJohn Magufuli, usethuse abaningi ngokumemezela ukuthi ngeke zisagqokwa izigqebhe kuleliya lizwe, ngokusho kombiko.

Iphephandaba laseKenya, iStandard, libike ukuthi lokhu kumenyezelwe yilo mengameli owanqoba ukhetho ngamalengiso ngonyaka odlule.

UMagufuli usephenduke isithandwa sabaningi njengoba wafika nohlelo lokukhathula ukusetshenziswa kwemali ezweni.

Manje uMagufuli usemangaze abaningi ngokuthi athi iziketi nezingubo ezimfushane azisagqokwa eTanzania.

OLUNYE UDABA: Abesifazane bayazibizela ukudlwengulwa - OkaMengameli

Lo mnyakazo uza ngemuva kwezinyanga leli lizwe livale umdanso obizwa nge”twerking”.

Lo mdanso obandakanya ukufequza wavalwa ngemuva kwesimemezelo esenziwa nguMqondisi wezamaSiko neNtuthuko, uHerman Mwansoko. 

UMagufuli uthe izigqebhezane zibhebhethekise ukusabalala kwe-HIV/Aids.

Abesifazane baseTanzania banikezwe izinyanga ezintathu ukuthi balahle zonke izingubo “ezingalungile”.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1616 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8789 votes
Vote
ZAR/USD
15.39
(-0.25)
ZAR/GBP
20.51
(-0.09)
ZAR/EUR
18.23
(-0.11)
ZAR/AUD
11.25
(-0.33)
ZAR/JPY
0.15
(-0.07)
Gold
1824.69
(-0.62)
Silver
23.40
(-0.44)
Platinum
930.35
(+0.63)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2323.01
(-0.27)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo