Sidutshulwe sisematasa isigebengu emzini wabantu

OThongathi - Inkampani ifike ngokuphazima kweso ibizwa umphakathi kutholakala owesilisa emzini oseGraylands oThongathi.

Ngokubika kwephephandaba iLANGA, lo mlisa ungene kulo muzi ngezinhloso zokuphanga kodwa wahlangana nezimbila zithutha.

Umnikazi womuzi ushayele inkampani yonogada ukuba izolekelela kubanjwe le nswelaboya.

OLUNYE UDABA:Uphenduke iqhawe owoZalo eshaya isigebengu eThekwini

Ngokwesitatimende senkampani yonogada iReaction Unit South Africa, lo mlisa ungene ngophahla lwegalaji kulo muzi.

Umnikazi uzamile ukumvimba kodwa isigebengu samgwaza. ukwazile ukuphunyuka umnikazi womuzi wasivalela egalaji lesi sigebengu.

Ngisho sekufike onogada lesi sigebengu sizamile ukugwaza oyedwa wabo nokuyilapho banqume ukumdubula umlenze.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7526 votes
It's four more years for Trump
53% - 8644 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo