'Sifuna umhlangano nemeya'

accreditation

Cape Town - Izakhamuzi zasemjondolo yaseMizamo Yethu eHout Bay zithi zifuna ukubamba umhlangano neMeya yaseKapa uPatricia de Lille.

NgoMgqibelo, izakhamuzi zibhekane ngeziqu zamehlo namaphoyisa, zacekela phansi ezinye zezakhiyo zazo, ezakhelwa ukuba zihlale kuzo okwesikhashana.

Izakhamuzi zidinwe zigane unwabu ngokuhamba kancane kohlelo lokwakhelwa izindlu kulandela isigameko sangoMashi ngesikhathi kusha endaweni ezihlala kuyo, kwathi kusenjalo emasontweni ambalwa edlule kwabanesiphepho kuyo le ndawo.

OLUNYE UDABA:Kuphinde kwama ukusebenza komunye umbhikisho eVuwani

Lezi zakhamuzi zithi kunabantu ababengasizo izisulu zalezi zigameko kodwa ababekwa phambili kunazo.

UBrett Herron oyikhansela eKapa uthe idolobha liyamangala ngalo mbhikisho ngoba sekukaningi libamba imihlangano nalo mphakathi kanti udaba selwakhulunywa kuyo le mihlangano.

"Kuhlezi kuxoxiswana, manje okwenzekayo kwenza kube nzima ukuqonda ukuthi yini inhloso yombhikisho, kufanele sihlangane nomphakathi ukuze isimo sizobuyela esimeni."

Izakhamuzi zithi angeke ziphumule zingakakhulumi nemeya.

 - eNCA

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
The EFF has voted with the DA to ensure they now govern Johannesburg, Tshwane and Ekurhuleni. Was this:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A brilliant strategic move by the DA not to make formal coalition agreements
24% - 1649 votes
A brilliant strategic move by the EFF to force the DA to negotiate with them
16% - 1098 votes
A recipe for disaster and five more years of unstable local government
59% - 4000 votes
Vote
Rand - Dollar
16.27
-1.9%
Rand - Pound
21.71
-0.0%
Rand - Euro
18.42
+0.1%
Rand - Aus dollar
11.59
+0.0%
Rand - Yen
0.14
+0.2%
Gold
1,792.60
0.0%
Silver
23.13
0.0%
Palladium
1,751.49
0.0%
Platinum
955.50
0.0%
Brent Crude
72.72
-11.6%
Top 40
62,411
-2.6%
All Share
68,615
-2.8%
Resource 10
64,074
-2.5%
Industrial 25
92,909
-1.3%
Financial 15
12,995
-6.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE