'Singasho ukuthi sesiyinqobile impi yeBoko Haram

Lagos – UMengameli Muhammadu Buhari uthe izwe laseNigeria lingasho ukuthi seliyinqobile impi yeBoko Haram ngandlelathize nakuba amadelakufa aziqhumisa ngamabhomu esayinkinga enkulu.

"IBoko Haram isikhetha manje ukusebenzisa kakhulu iziqhumane noma amabhomu okuzenzela aziwa nge-IED,” usho kanje ekhulumisana neBBC ngoLwesine.

"Kodwa ayisandile kakhulu ekuhlaseleni abantu ngokuthi ibadubule. Ayisakwazi ukwenza lokho ngempumelelo,” kusho uBuhari.

Funda nalolu daba: Uvuke umbhejazane wabulala umama, inja nenkukhu

"Ngakho ngicabanga ukuthi ngingasho ukuthi ngandlelathize seziyinqobile impi ngoba abantu sebeyakwazi nokubuyela emakhaya abo.”

UBuhari uthathe esobumengameli kulo nyaka ngemuva kokunqob aukhetho kulandela izethembiso azenza ezifana nesokuqeda nya indaba yeBoko Haram.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6189 votes
It's four more years for Trump
54% - 7274 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo