Singasivikela isicoco seligi - Unozinti

Johannesburg - Unozinti weKaizer Chiefs, uReyaad Pieterse, ukholelwa ukuthi Amakhosi angakwazi ukuvikela isicoco seligi ngaphansi kwesandla somqeqeshi omusha, uSteve Komphela.

UKomphela uthathe izintambo eNaturena ngemuva kokuhamba kukaStuart Baxter owenze kahle kuleli qembu ngesizini edlule, ngemuva kokuthatha izicoco ezimbili.

UKomphela kodwa akaqalanga kahle njengoba elahlekelwe abadlali abebebalulekile kuleli qembu, uTefu Mashamaite noMandla Masango.

Funda nalolu daba: Usuhlehlile oweM United

Nomakunjalo, uPieterse ukholelwa ukuthi abadlali abanabo kanye noKomphela esikhundleni , bangakwazi ukuvikela isicoco seligi.

“Baningi abadlali abasha esinabo futhi kuzothatha isikhathi ukuba sijwayelane. Izobuya ifomu, singenelwe amagoli amancane, sibuyele lapho esasikhona ngesizini edlule,” kusho uPieterse kwiSoccer Laduma.

“Sinalo iqembu kanjalo nomqeqeshi ongasisiza ukukwenza lokho.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 374 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 651 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1740 votes
Vote
ZAR/USD
15.14
(+0.01)
ZAR/GBP
20.38
(+0.09)
ZAR/EUR
18.41
(-0.00)
ZAR/AUD
11.26
(+0.19)
ZAR/JPY
0.15
(+0.08)
Gold
1839.37
(-0.03)
Silver
24.02
(-0.04)
Platinum
1039.00
(+1.65)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2338.99
(+1.59)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo