Sisesibi isimo emakhanseleni amathathu adutshulwe eMzimkhulu

UMzimkhulu -  Kuhlaselwe amakhansela amathathu e-ANC eMzimkhulu, nadutshulwe ngoLwesine ebusuku.

UNobhala we-ANC esifundazweni sakwaZulu-Natal uSuper Zuma ukuqinisekisile ukuhlaselwa kwamakhansela kodwa wathi ayikacaci kahle imininingwane.

“Okubalulekile okwamanje esibhekene nakho ukuqinisekisa ukuthi bayasinda. Ngeke sikwazi ukuthi isimo sabo sinjani kodwa basesibhedlela,” kusho uZuma.

Kwabahlaseliwe kubalwa nalowo owayenguNobhala Jikelele wophiko lwentsha ku-ANC uSindiso Magaqa.

OLUNYE UDABA:Kushubile kugwazana amakhansela emhlanganweni

Okhulumela uMnyango wezokuVikeleka koMphakathi kanye nezokuXhumana uKwanele Ncalane uthe uMphathiswa walo Mnyango uMEC Mxolisi Kaunda kanye nozakwabo kwezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu uNomusa Dube babize umhlangano ophuthumayo ukudingida izehlakalo zokubulawa kwabantu eMzimkhulu.

Kulo nyaka mathathu amakhansela e-ANC asebulewe kule ndawo okubalwa nokubulawa kwekhansela.

UKaunda noDube bazohambela kule ndawo ngoLwesihlanu, kubika iThe Mercury.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10298 votes
It's four more years for Trump
53% - 11518 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo