Sizobeka eqhulwini izidingo zabantu abamnyama uma sivota - Malema

Johannesburg - Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema uthi iqembu lakhe lizogxila ekuvikeleni izinto ezibalulekile emiphakathini yabantu abamnyama komasipala okungekho qembu elinqobe kubo ngamalengiso.

Lokhu kungemuva kokuba leli qembu limemezele ukuthi ngeke lisebenzisane ne-African National Congress (ANC) noma iDemocratic Alliance (DA), ngoba lamaqembu angosathane.

Funda nalolu daba: I-IEC ihlela ukhetho lokuchibiyela

Kodwa lithe lizovotela iDA ngenhloso yokukhubaza i-ANC nokuqinisekisa ukuthi ukuthunyelwa kwezidingongqangi kubantu akubambezeleki, kubika iSABC.

UMalema uthe uma sekufika isikhathi sokuvotelwa kwesabelomali, ivoti labo lizoncika ekutheni zibhekeliwe yini izidingo zabantu zabamnyama noma cha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3255 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2234 votes
No, I don't think they need it
36% - 3140 votes
Vote
ZAR/USD
14.92
(-0.06)
ZAR/GBP
20.82
(+0.00)
ZAR/EUR
18.04
(-0.02)
ZAR/AUD
11.67
(+0.08)
ZAR/JPY
0.14
(+0.10)
Gold
1733.06
(-0.18)
Silver
26.64
(-0.22)
Platinum
1198.50
(+0.29)
Brent Crude
62.54
(-1.55)
Palladium
2374.99
(+0.39)
All Share
68510.75
(+1.44)
Top 40
63104.70
(+1.61)
Financial 15
12568.48
(+0.90)
Industrial 25
89150.72
(+1.21)
Resource 10
70539.82
(+2.28)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo