Ubengathi ingane encane uHlaudi ebonga ngoMgqibelo eThekwini

Durban - Ubaba uHlaudi Motsoeneng ubonge wangcongcoza ehlonishwa ngendondo emcimbini owendlalela ama-Satma Awards.

Lokhu kwenzeke ngoMgqibelo eGugu Dlamini Park lapho ubaba uDumsani Goba ongumsunguli wama-Satma emhlonipha njengeqhawe ngomumqokisa esengwe isikhumba wamnika nehawu.

UHlaudi uthe abantu abamnyama bayohlezi bengabantu abamnyama bewathanda amasiko abo.

OLUNYE UDABA: Ayiyi ndawo eka-90% womculo wakuleli Motsoeneng

"Kufanele siwuthande umculo wethu hhayi umculo waphesheya, yingakho sibone kukuhle siyi-SABC ukuba siqhakambise umculo odidiyelwe lapha ekhaya.

"Ngijabulile namhlanje, bengingazi ukuthi uma ngiza ngapha ngizothola isipho esihle kanje. Engikukhuthazayo wukuthi abantu bawuthenge umculo wesintu ngoba nabaculi badla ngawo, njengoba ungumsebenzi kubo," kusho yena.

UHlaudi uphinde wathi uma kudlala umculo wethu wakuleli abaculi bayahlomula, benza imali eningi.

"Abaculi abangasekho okubalwa kubo oMahlathini badlula emhlabeni imali ingekho manje thina sithi akube nezinguquko iphele inhlupheko kubaculi."

Sithi njenge-SABC, umsakazeli womphakathi, sibona kukahle ukuthi sisize abantu bethu, kufanele sisize abantu bethu. Kuyangijabulisa ukubona intsha lapha ngoba niyikusasa laleli lizwe. Kuyangijabulisa ukubona intsha izigqaja ngamasiko awo, kusho uHlaudi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2515 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1785 votes
No, I don't think they need it
37% - 2496 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo