Uboshiwe osolwa ngokudlwengula ephindelela ona-13 waze wakhulelwa

Durban - Amalungu amaphoyisa ophiko loKlebe abophe indoda ebeminyaka engu-40 ubudala edabuka eSwazini ngokushushumbisa umuntu, ukuthumba, ukudlwengula nokuphula umthetho wezifiki.

Le ndoda ibanjwe ngoLwesibili ngemuva kokuba amalungu elandele umkhondo.

OLUNYE UDABA: Ona-11 uzalele umdlwenguli wakhe

Umsolwa usolwa ngokuthumba izingane ezintathu ezineminyaka engu-5, 7 nengu-13 ubudala eSwaziland ngonyaka ophelile.

Icala lavulwa eMbabane idokodo lisezandleni be-Interpol. Kuzwakale ukuthi eNongizimi Afrika kusolwa ukuthi wadlwengula ephindelela intombazane eneminyaka engu-13 ubudala yaze yakhulelwa.

Lezi zingane zihlengwe ngesonto eledlule kanti zigcinwe endaweni ephelile. Baphezu kwezinhlelo zokubahlanganisa nomama wazo.

Ngokusho kwesitatimende lo msolwa uzovela enkntolo yesiFunda aseThekwini ngoLwesihlanu ngomhlaka-17 Juni 2016.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7137 votes
It's four more years for Trump
54% - 8235 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(-0.26)
ZAR/GBP
21.19
(+0.03)
ZAR/EUR
19.21
(-0.33)
ZAR/AUD
11.58
(-0.29)
ZAR/JPY
0.15
(-0.21)
Gold
1910.56
(+0.31)
Silver
24.76
(+0.33)
Platinum
899.00
(+2.10)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2370.06
(+0.59)
All Share
55439.63
(+1.17)
Top 40
50823.31
(+1.09)
Financial 15
10532.96
(+1.51)
Industrial 25
74945.12
(+1.10)
Resource 10
53293.86
(+0.90)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo