Ubuyela enkantolo ngoLwesibili uPistorius

Pretoria – U-Oscar Pistorius otholwe enecala lokubulala intombi yakhe uzovela kafuphi eNkantolo eNkulu yasePitoli ngoLwesibili ngaphambi kokuba kuqale ngokusemthethweni ukwehliswa kwesigwebo.

Okhulumela iNational Prosecuting Authority uLuvuyo Mfaku ukuqinisekisile ukuthi uPistorius uzovela kafuphi enkantolo.

Funda nalolu daba: 'Awudayiseki okwabulawa kuwo uSenzo Meyiwa'

“Icala lizobe selihlehliswa ngokusemthethweni ngaphambi kokuba kwehliswe isigwebo,” usho kanje.

Kudingeka agwetshwe kabusha lo msubathi ngemuva kokuba kuguqulwe isinqumo sokutholwa enecala lokubulala ngokungenhloso, watholwa enecala lokubulala.

Kulindeleke ukuba avele enkantolo ngo-09:30 ekuseni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4632 votes
It's four more years for Trump
54% - 5494 votes
Vote
ZAR/USD
16.46
(+0.27)
ZAR/GBP
21.38
(-0.16)
ZAR/EUR
19.39
(-0.26)
ZAR/AUD
11.66
(+0.42)
ZAR/JPY
0.16
(+0.35)
Gold
1905.87
(+0.29)
Silver
24.57
(+1.54)
Platinum
860.00
(-0.29)
Brent Crude
43.13
(0.00)
Palladium
2324.01
(+0.59)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo