UCassper ufuna ukuphathwa njengoBeyonce kuleli

Johannesburg - Umrepha wakuleli uCassper Nyovest uthi abanye oDJ bemisakazo abawudlali umculo wakhe ngoba abamthandi.

UCassper ubekhuluma emsakazweni iMetro FM ethi mhlawumbe okudala lokho izinkulumo ezithile nokungahlali noDJ bemisakazo.

Lo mrepha uphinde wathi iNingizimu Afrika kufanele iqale imthathe njengesihlabani lesi ayiso.

OLUNYE UDABA:UCassper uthi unesibindi umlingisi odalule ese-HIV ku-Tv

“Abangithandi abantu…kuthiwa oDJ bathi sengiyazikhukhumeza, angibabingeleli noma angisabonakali ezindaweni. Abantu bafuna ngihlale nabo kanti mina ngimatasa,” usho kanje.

UCassper wenza umlando ngomhlaka-31 Okthoba ngesikhathi ebayiciko lokuqala eNingizimu Afrika lokudayisa amathikithi angu-20 000 asePro Dome.

“Ngokwami kulandela ukugcwalisa iDome, kufanele ngiphathwe njengoBeyonce ezweni lami.”

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7033 votes
It's four more years for Trump
54% - 8139 votes
Vote
ZAR/USD
16.20
(-0.15)
ZAR/GBP
21.21
(-0.08)
ZAR/EUR
19.18
(-0.19)
ZAR/AUD
11.58
(-0.31)
ZAR/JPY
0.15
(-0.25)
Gold
1910.24
(+0.29)
Silver
24.78
(+0.42)
Platinum
888.00
(+0.92)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2371.00
(+0.64)
All Share
55277.62
(+0.88)
Top 40
50728.22
(+0.90)
Financial 15
10437.20
(+0.59)
Industrial 25
74824.77
(+0.94)
Resource 10
53312.51
(+0.93)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo