UDalindyebo akakaphumi esibhedlela – Umnyango

Bloemfontein – INkosi yabaThembu, uBuyelekhaya Dalindyebo, kubikwa ukuthi usathola ukwelashwa esibhedlela iSt Dominic, e-East London, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMlilo ngoMsombuluko.

Okhulumela uMnyango uManelisi Wolela uthe ngeke akwazi ukukhipha imininingwane ngokugula okuhlasele uDalindyebo.  

"Usasesibhedlela namanje, kepha isimo sempilo yakhe siwudaba lwangasese esingavumelekile ukuthi sixoxe ngalo,” esho.

OLUNYE UDABA: 'UZuma kumele alandele uDalindyebo aye ejele'

NgoMgqibelo, abaholi be-Economic Freedom Fighters baye kovakashela uDalindyebo esibhedlela ngemuva kokuthi engeniswe ngoLwesihlanu.

Kuthiwa uDalindyebo ungeniswe esibhedlela ngemuva kokuduba ukudla kusukela ngomhlaka-3 Januwari, kusho umholi we-EFF uJulius Malema.

"Inkosi isivumile ukuthi isizoqala idle ngendlela manje,” kusho uMalema.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 105 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
25% - 192 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
62% - 475 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo