Udokotela kaHugh Masekela ukhuluma ngezinsuku zokugcina zale nkakha

Johannesburg – Ekhuluma esithanganini sabezindaba eGoli ngoLwesine, uDokotela Yastira Ramdas, obekunguyena obelapha inkakha yakuleli yomculo weJazz engasekho uHugh Masekela, utshele abezindaba ukuthi uMasekela "ulwe" kwaze kwaba sekugcineni.

"Bengikhona kwaze kwaba sekupheleni kwezinsuku zakhe," kusho uDkt Ramdas, enikezela ngemininingwane ethe xaxa ngesimo sikaMasekela.

"Ubulawe yiMetastatic prostate cancer. Ubengumuntu onomfutho futhi ehlale elangazelele impilo. Ubeyiqhawe kwezinye iziguli ezinomdlavuza. Ulwe kwaze kwaba sekugcineni," esho.

Ngokusho kukaDkt Ramdas, uMasekela umnikeze umyalezo athe kumele awudlulise kubantu besilisa baseNingizimu Afrika: "Ningazishayi indiva izimpawu, uma kukhona enikutholayo kumele niyohlolwa ngokushesha ukuze nizokwelapheka."


Kulesi sithangami kuphinde kwakhuluma indodana kaMasekela, uSal Masekela, wabonga umphakathi ngokwesekwa umndeni okutholayo kusukela kuzwakale izindaba zokudlula kukababa wakhe ngoLwesibili.

"Namanje siyamangala ngendlela abantu abazwelana nayo ngathi. Abanye basitshela nangendlela umculo kababa wami obathinte ngayo waphinde wenza umehluko ezimpilweni zabo," esho.

Uthe umngcwabo kaMasekela uzobanjelwa ngasese.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5673 votes
It's four more years for Trump
54% - 6716 votes
Vote
ZAR/USD
16.41
(+0.21)
ZAR/GBP
21.43
(-0.53)
ZAR/EUR
19.46
(+0.01)
ZAR/AUD
11.61
(-0.12)
ZAR/JPY
0.16
(-0.29)
Gold
1918.15
(+0.41)
Silver
25.00
(+1.08)
Platinum
874.00
(+0.40)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2401.50
(+0.50)
All Share
55084.14
(-0.34)
Top 40
50638.20
(-0.42)
Financial 15
9978.38
(+0.22)
Industrial 25
74967.37
(-0.79)
Resource 10
53731.39
(-0.11)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo